Bantwanyana, sekuyisikhathi sokugcina, njengalokhu nezwa ukuthi umphikukristu uyeza,
nakalokhu sekukhona abaphikukristu abaningi; nakalokho siyazi sekuyikhathi sokugcina.
Baphuma kithi, kodwa babengesibo abakithi…
Ngubani ongumqambimanga uma kungesinye...
More
Bantwanyana, sekuyisikhathi sokugcina, njengalokhu nezwa ukuthi umphikukristu uyeza,
nakalokhu sekukhona abaphikukristu abaningi; nakalokho siyazi sekuyikhathi sokugcina.
Baphuma kithi, kodwa babengesibo abakithi…
Ngubani ongumqambimanga uma kungesinye ophika ukuthi uJesu unguKristu na?
1 KaJohane2:18-22
ma imibhalo engcwele ikhuluma ngomphikukristu ayikhulumumi ngabantu
abazokwehla abhanoyini noma befike ngomkhumbi noma befike begcwele ithilogo
kodwa ikhuluma ngomuntu ophakathi kwawo noyingxenye yawo amakholwa .
UIkhuluma ngomuntu okhuluma njengathi nozishaya owenzisa okwethu kodwa ebe engekho
lapho.
Isigodlo somphikukristu sisemabandleni ahlukahlukene.
Abantu abangabaphika uKristu
bayingxenye yamakomodi asemabandleni, bangabanye babantu abathi Amen uma
kushunyayelwa yena uKhristu abamphikayo.
Abanye babo bangabafundisi, bangabanikazi
bamabandla abazifumanela noma abazitholela noma abazisungulelela wona.
Nabo benza njengabavuma uKristu.
Uma kufika isikhathi sokushumayela emathen
Less